Sisemoyeni khona manje nje @Ukhozi FM Official shlangabeze 📻✊😂😂 #InkosyamagcokamaLive #UmgowoExperience
Inkos'yamagcokama
@inkosyamagcokamaMusical Artist | MGMT: @Sicelu Collective #InkosyamagcokamaLive 2026 tickets 👇🏽
🔗 https://www.webtickets.co.za/v2/event.aspx?itemid=1587478441 ↗🔎 Détails (profil + refresh) ouvrir
Sous-titres IA en 1 clic
Vidéo importée → version prête à poster.
Namuhla ake uhlale eduze komsakazo wakho uKing Polite uzobe ekhona laphaya ku Dankie 1223 noKing Sfiso no @Zimdollar2021 @Ukhozi FM Official. 🔥🔥✊ Sizothi nqampunqampu nangeTherapy kaZwelonke #UmgowoExperience sondeza ithikithi lakho kuwe ksakhanya nje ❤️🩹🤏 #InkosyamagcokamaLive Dressed by @Lee Cooper South Africa
Umuntu nethikithi lakhe esandleni…ayhluphi futhi ayxoxisi bafwethu akube seCarnival City Big Top Arena kuTherapy kazwelonke ❤️🩹✊😄 Akhona amathikithi kuWebtickets nasePick n Pay (link in bio) kanti nathi ungasthinta skulungsele ✊❤️🩹 #InkosyamagcokamaLive #UmgowoExperience
Sekunjalo bafwethu amaTickets aseyatholakala eWebTickets nakuPicknPay phuthuma manje uthole elakho. Sihlangane eCarnival City Big Top Arena ngey4 July asiyeee!!🔥🔥#inkosiyamagcokamaonemanshow #bestmaskandiartist #inkosiyamagcokama #truecolours
Yonke into inemini nobusuku….impilo iza nenjabulo nezinyembezi kanti nothando ngokunjalo luza nemfudumalo nesithwathwa #InkosyamagcokamaLive yakulonyaka akiyo nje iShow….yiTherapy in session ❤️🩹🫂 Ngezi 4 July laphaya eCarnival City Big Top Arena therapy will be in session…szobe siqhulula amanoni omgowo and singing in unison for healing. Aseyatholakala amathikithi Webtickets nase Pick n Pay ngcela niphume ngobuningi benu shlangane khona ✊❤️🩹❤️🩹 🗓️ 4 July 2026 📍 Carnival City Big Top Arena 🎫 R300 kuya kuR500 🔗 Link in bio
Frame 1: Yimi ngonyaka ka 2018 ngqala ngqa ukthola ithuba lokdlala kwiMpucuzeko ngeAlbhamu iNever Say Never 😂😂 ithemba nganginalo futhi ngkholelwa nasekhonweni lami kodwa mawawngangtshela ukuthi emnyakeni embalwa I would create my own one man stage ngidlale uLive kphume abantu zinkalo zonke bezongethamela….kwakyozwakala njengephupho elikude nami 😂😂 Frame 2: Laphana ke sengifasa iteki lami ngithi get set…ready….syawususa umjaho wethu ka 2026 bafwethu ngo-5 ntambama sizonethulela konke okumayelana nokusina kwesgcawu sethu kulo nyaka ✊❤️❤️ Bigger stage…bigger show… nisihlangabeze #InkosyamagcokamaLive ✊🔥🔥
Awuzwee into eyenziwa amaDrums emumva🔥🔥🔥👌eii umnandi uLive sukaa!! Syeza namaDate namaVenue namaThikithi maduze syocela niseseke🙏🇿🇦#inkosiyamagcokamaonemanshow #bestmaskandiartist #inkosiyamagcokama #truecolours #amabulawo
BaWrong new step🔥🔥✊asiyee#inkosiyamagcokama #bestmaskandiartist #inkosiyamagcokamaonemanshow
Sekphinde kwanjalo phela senikphindile enikwenze kuMabulawo…Isazochomelana with Boohle has hit the 1 million views milestone nayo laphaya kuYushubhu 🤏🤏 Syabonga kakhulu ukungeseka kwenu kimi kusho okungaphezu kobuciko bamagama engingavela nawo ukukuchaza….niqhubeke nje keep streaming #InkosyamagcokamaTrueColours ✊🔥🔥 @Lee Cooper South Africa
Syabonga kakhulu ngemiliyoni lethu kuYushubhu….keep streaming #InkosyamagcokamaTrueColours kyeza kuningi okumnandi kulo nyaka 🤏🤏❤️ @Lee Cooper South Africa
Amadayimane by Inkos’yamagcokama 🔥🔥✊don’t mind my hair uJanwali pulizi😂😂✊🔥#truecolours #inkosiyamagcokama #bestmaskandiartist @Lee Cooper South Africa
Bekumnandi eMsinga 🔥🔥🔥Mshishi Tournament uthando eslutholayo luhlala lumnandi ✊#truecolours #inkosiyamagcokama #bestmaskandiartist
Bekukuhle kunje ekhaya izolo skhulisa odadewethu….sbonge kakhulu uMsinga uwonkana noDungamanzi ngokukhethekile nawo wonke nje ke umuntu ozdele elangeni waphuma wazoba kanye nathi ✊❤️❤️ Lindela nembukiso bhanyabhanya ezokthatha ikbeke uzoythola khona lapha kanjalo nakuYouTube 🤏🤏
Ihlamvu 2025 belilihle kakhulu beliphezulu kakhulu isasasa nabantu bebebulala inyoka….ngbonge nomfwethu @mthandeni_sk ngokvela azoba Kanye nathi ibibuz’ iminyaka ✊🏻🔥🔥🔥 #Ihlamvu2025 #InkosyamagcokamaTrueColours
Texte → vidéo TikTok IA
Tu écris le prompt, on génère la vidéo.
- Je compte uniquement les vidéos ≥ 60 secondes (tu m’as dit que <60s = pas pris en compte).
- Calcul sur les 30 derniers jours (dans la limite des 35 dernières vidéos qu’on a dans le JSON).
- RPM estimé : 0.95€/1k vues (range 0.66–1.23) basé sur ER + save rate + durée moyenne.
- Résultat: 43€ sur 30j (range 3€–56€), pour 45.24K vues éligibles et 2 vidéos ≥60s.
- Emoji + note /10 = performance globale de la vidéo (views + ER + saves).
- ER = (Likes + Commentaires + Partages) / Vues • Save rate = Sauvegardes / Vues.
- Badges “Au-dessus / En dessous” = comparaison directe à la moyenne de TON compte.
Importe ta vidéo, et Vexub génère une vidéo sous-titrée prête pour TikTok, Reels ou Shorts. Pas de montage, pas de prise de tête.
- Reconnaissance vocale IA → texte propre
- Sous-titres syncro automatiquement sur la vidéo
- Format vertical optimisé pour les vues